Usubhuliwe umlilo kwaMcDonald eThekwini

2016-07-08 12:36

Durban - Izicishamlilo zikwazile ukubhula ilangabi esitolo sokudlela iMcDonald kuKE Masinga Road owaziwa ngo-Old Fot Road eThekwini ekuseni.

Abosizo lokuqala bathe abantu abangu-7 balashelwe ukuhogela intuthu.

OLUNYE UDABA: Video: Kuqubuke umlilo esibhedlela sasethekwini

OweRescue Cares uCeron Lennox uthe isibalo sabantu abalashiwe sesunyukile njengoba sebengu-9.

"Siqeda ukuphuthumisa abanye abantu esibhedlela kanti abanye bethu basendeleni ebuyayo ukuzobheka ukuba abekho abanye abadinga ukwelashwa kodwa okwamanje akukho muntu ebhilidini. 

ULennox uthe akekho olimele, akwaziwa ukuthi lo mlilo uqale kanjani, kubika iNewswatch.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.