Usufikile kuleli umzimba kaGugu Zulu

2016-07-22 18:59

Gauteng -  Umzimba walowo ongumshayeli wezimoto zomjaho uGugu Zulu usubuyile kuleli kusukela eTanzania.

UTseliso Matloheloa okhulumela umndeni uchazele abe-TMG Entertainment ukuthi umzimba kaZulu usuke kwelaseTanzania ngoLwesine ebusuku.

OLUNYE UDABA:Video: Kukhunjulwa uGugu Zulu ngamagalelo akhe kwezomjaho

“Besilindele ukuthi uzofika ngoLwesihlanu kodwa amaphepha asheshe alunga satshelwa ukuthi ufakwe endizeni yangoLwesine emini wase efika kuleli ebusuku,”  kusho uMotloheloa.

UMotloheloa uqhubeke wathi umzimba ususemakhazeni nokuyilapho okuzoqedelwa khona ukuhlola ukuthi ubulawe yini, kubika iSunday World.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.