'Usuku lokuzalwa kukaMugabe kumele lugujwe njengolukaJesu'

2017-01-25 07:26

Cape Town – Usuku lokuzalwa kukaMengameli waseZimbabwe, uRobert Mugabe, kumele lugujwe njengosuku lukaKhisimusi, kusho uphiko lweqembu elibusayo iZanu-PF, oliphinde lwathi unguMesiya kubona.

Ngokombiko weNews Day, umholi wophiko lwentsha, uKudzai Chipanga uphinde wathi usuku lokuzalwa kukaMugabe akumele lube njengezinye izinsuku.

UMugabe uzalwa ngoFebhuwari 21, kanti kulo nyaka uzobe ehlanganisa iminyaka engu-93 ubudala.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa ayalelwe ukuba angabashadi abokufika

"Kithina, uFebhuwari 21 akulona nje nanoma yiluphi usuku. Kithina lolu usuku oluyisipesheli njengolukaKhisimusi okungumhlaka-25 Disemba, okusuke kuzalwa ngalo uJesu.

"Angifuni kube ngathi ngiyadelela, kodwa ngokwami ukubona, uMengameli Mugabe ulandela uJesu. Ungumsindisi wethu.”

UChipanga uphinde wancoma ukukhalipha kukaMugabe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.