Usulile esikhundleni lowo obengumengameli we-SARU

2016-08-17 11:31

Cape Town – Wehlile esikhundleni umengameli weSouth African Rugby Union u-Oregan Hoskins, kanti lowo obeyisekela lakhe uMark Alexander nguye ozoba yibamba.

UHoskins solokhu aba kulesi sikhundla kusukela ngo-2006 kanti ubengaphansi kwengcindezi njengoba izinyunyana eziningi bezifuna ashenxe esikhundleni.

Kumanje izinyunyana kuthiwa zibambe umhlangano eGoli ukudingida ngezindaba ezithinta ibhola lombhoxo kuleli.

OLUNYE UDABA: Usulile umengameli waseSerbia

Kubikwa ukuthi izinyunyana ezinkulu yizona kanye ebezifuna uHoskins ahle esikhundleni.

UHoskins kuthiwa wake waba nokungaboni ngasolinye nesikhulu esiphezulu seSA Rugby uJurie Roux ngesikhathi uHoskins ezama ukuthi uRoux amiswe emsebenzini kubangwa indaba ebandakanya iStellenbosch University.

URoux kuthiwa ubhekene nezinsolo zokukhwabanisa izimali esasebenza kule nyuvesi.

 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.