Utalajwe wakhishwa iso obengafuni "nenkomo"

2016-08-12 19:00

Bulawayo - Indoda yaseTavagadza igqunwe ejele ngemuva kokushaya umkayo yamkhipha iso ngoba enqabe uukuzibandakanya naye ocansini.

UPortia Tavenyika waseZuvuku Village uphume ngesamagundane ebumnyameni basebusuku wopha esweni.UTavenyika wabaleka wayocasha kwa-Edmore Zivuya ehanjiswa yindodakazi yakhe eneminyaka emine ubudala ngoba ebesengasaboni kahle emehlweni.

OLUNYE UDABA:  Zimkhalele osolwa ngokubulala ubaba wamlahla esitamkokweni

UTawedzerwa Gwarera, 26, waseTavagadza uvele enkantolo yaseMashava ngecala lokushaya. 

Ngokombuso ngomhlaka-22 Disemba 2014 ngezithuba zabo-4:30 ekuseni uGwarera wafika endlini ebuya eSese Business Center wafuna ukuzibandakanya naye ocansini ngenkani, uTavenyika engafuni.

Inkantolo ilalele ukuthi uGwarera ubengajabulile neze ngokunqaba kukaTavenyika wamshaya ngezimpama namaqupha ekhanda, esweni nasemzimbeni wonke waze wamkhipha iso.

UGwarera uzogcinwa esitokisini kuze kushaye umhlaka-10 Agasti 2016, kubika iBulawayo24.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.