UTB Joshua washaya eceleni ngoMengameli ozowina eMelika

2016-11-09 16:00

Nigeria - Umfundisi wesonto elawa eNigeria usehlambalazeke umhlaba wonke ngokuqagula umengameli okungeyena ngokhetho lwaseMelika.

Umfundisi u-TB Joshua wenza lesi siphrofetho ngeSonto ngomhlaka-6 kwephezulu, kubika iTimeslive.

OLUNYE UDABA:UTB Joshua unikele ngemali emindenini eyashonelwa

"Ezinsukwini eziyishumi ezedlule ngabona umengameli waseMelika ozoqoba ukhetho. Lo mengameli omusha uzobhekena nezingqinamba eziningi," kusho uJoshua.

Lo mfundisi uqhubeke wathi ukunqoba kwalo mengameli kuzomlethela izinkinga, wathi ukuze abantu bangalokhu bezibuza ukuthi ngubani - ungumuntu wesifazane.

Imiphumela yokhetho lwaseMelika isivele yamhlambalaza lo mfundisi ngoba iveze okuhluke kakhulu kunalokhu akushilo.

Abantu bathathele ku-Twitter begxeka lo mfundisi ngaleli phutha lakhe.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.