UTbo Touch noGareth Cliff bamemezele ishaneli entsha yomculo

2016-07-29 20:31

Durban - Umsakazi osanda kusula ku-Metro FM uTbo Touch umemezele ukwethulwa ngokusemthethweni kweshaneli yomculo online, kubika i-eNCA.

UTouch ubambisene noGareth Cliff onomsakazo wakhe ozimele online i-Cliff Central kanti nale shaneli izobizwa nge-Touch Central.

OLUNYE UDABA:UTbo Touch ugxeka iphephandaba ngokushicilela amanga

UTbo Touch ogama lakhe langempela uThabo Molefe uthe leshaneli izodlala ubusuku nemini futhi zogxila emculweni wakuleli kuphela.

UTbo Touch uthe uzoshayela uhlelo lwesemini kusukela ngo-3 kuya ku-7 kanti nakulolu hlelo uzohamba ngegama ayelisebenzisa kuMetro, “The Touchdown”.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.