UThabo Mbeki nomndeni wakhe abasayilandeli i-ANC

2016-07-23 08:59

Durban – Umndeni walowo owayengumengameli wakuleli uThabo Mbeki uyaziqhelelanisa nenhlangano i-ANC.

Lokhu kushiwo umzala wakhe uMadoda Mbeki omele esokuba ikhansela le-DA kumasipala uMnquma.

“Umndeni wakwaMbeki akusiwona wodwa oshiye i-ANC kodwa isizwe samaZizi ngokuphelele, asigculisekile ngoKhongolose futhi asisafuni ukuzihlanganisa naye,” kusho uMadoda.

OLUNYE UDABA:UMbeki uthi akaze asho ukuthi i-HIV ayiyibangi i-Aids

UMadoda kanye nendodana kaSteve Tshwete uLinda kanye noGhaleb Cachalia oyindodana yezinqalabutho u-Amina no-Yusuf, babambe ingqungquthela nabezindaba bakhala ngomkhankaso kaJacob Zuma onokucwasa.

La madoda athi imindeni yabo iyabeseka ngokuphelele njengoba sebejoyine iqembu le-DA ngoba bethi babona uqhekeko kwi-ANC ngesikhathi kukhishwa uMbeki ngo-2008.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.