Uthatha ikhefu kwezokulingisa oweGenerations

2016-08-10 19:00

Johannesburg - Ngemuva kokudlal indawo kaZola Radebe kuGenerations: The Legacy nokudlala indawo kaNdalamo kuMuvhango, umlingisi uMutodi Nesheshe uthi usethatha ikhefu kwezokulingisa, usefuna ukugxila kakhulu kumsebenzi wangale kumakhamera.

Iphephabhuku iDrum likhulume nalo mlingisi ngoMsombuluko ebusuku kowama-Fame Awards obuseLimpopo.

OLUNYE UDABA: "Umkhonto" uthi usethatha ikhefu kwezokulingisa

"Ngisazama ukuhlanganisa izinhlelo ezimbalwa zakumabonaklude engizozethula kwiziteshi zakumabonakude ezehlukene," usho njalo.

Yize ethe usathatha ikhefu kwezokulingisa uthe ukulingisa kuma-soapie ukuthanda kakhulu.

"Ngiyakuthanda ukulingisa kuma-soapie ngoba lokho kufakazela ukuthi sinekhono elihle kakhulu eMzansi," usho njalo.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.