Utheleke eThekwini engalindelwe muntu uMengameli uZuma

2017-02-26 13:32

NgoMgibelo ebusuku uMengameli uJacob Zuma ufike enkomfeni yophiko lweNtsha engalindelwe muntu.

Imibiko yokuqala yayithi uMengameli uzofika ngoLwesihlanu ntambama uma emphuma emhlanganwe obuseMlazi.

Kumangale abantu eMlazi uMengameli engafiki kanti nakwinkomfa yabantu abasha akazange afike futhi asibanga khona isizathu sokungabibikho kwakhe kuyo yomibili lemcimbi.

OLUNYE UDABA:UZuma ukhala ngamabhange angu-4 azenzela umathanda emnothweni

Efika emcimbini wentsha ngoMgqibelo uMengameli uhalalisele ubuholi obusha wabuye wanxusa usihlalo omusha uKwazi Mshengu ukuba abe ngumholi oqotho.

UZuma utshele uMshengu ukuba aziqhelelanisi nezinkulumo futhi aqikelele ukuthi akubi bikho ukukwebhana eqenjini.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.