Uthelwe ngobisi lwebele obefuna umama ayoncelisa ngasese

2017-02-03 14:32

Kent - Umama obencelisa esidlangalaleni kuthiwa uthele owesifazane ngobisi lwebele ngoba ethe akasuke phambi kwakhe ayoncelisa ngasese.

Lesi sehlakalo kuthiwa senzeke epaki eseDartford, eKent kuleli sonto, sabikwa enkundleni yezokuxhumana uFacebook.

Obhale lolu daba kuFacebook uthe utshele umama wengane ukuthi akayengasese ngoba umyeni wakhe ubeselokhu egxile kuyena.

OLUNYE UDABA: Ilahlwe yicala lokubulala i-ex ngoba isishade nenye indoda

Uthe akacabangi ukuthi lona wesifazane bekumele amthele ngobisi ngoba nakhu nje emcele ukuba akaye ngasese.

“Uvele wabamba ibele lakhe, walipatshaza engithela ngobisi,” kusho othelwe ngobisi.

Iningi labantu enkundleni yezokuxhumana lizwakalise ukuvikela umama wengane obencelisa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.