UThembi uchaza ngokuhudula izinyawo ekuhleleni umshado wakhe

2016-07-29 16:00

Durban - UThembi Seete uzovela kwikhava yephephabhuku iTruelove lapho agonyuluke khona ngokuthi kungani engakashadi nesoka lakhe yize sekwaphela iminyaka acelwa.

Kule ngxoxo uThembi uthi: “Yimina engihudula izinyawo ngokushada ngoba sengifunde ukuthi umendo ungaphezu komcimbi wokushada, kodwa udinga ukuthi nazane kahle futhi nixhumane nibe munye nothandiweyo wakho.”

OLUNYE UDABA:Ulengela eweni umshado womculi weMafikizolo

Le ntokazi ithi kwabanzima ukutshela isoka lakhe ukuthi bame kancane ngamalungiselelo omshado ngoba lona lalihlele ukuthi kuzoshadwa ngokuphazima kwesho.

UThembi uqhubeke wathi abantu besimame bayasaba ukuveza imizwa yabo ngalokhu. Bahlezi bezibuza bona imibuzo kodwa bengenazo izimpendulo, kubika iTimeslive.

“Mina nganquma ukuthi ngithole zonke izimpendulo zemibuzo yami ngaphambi kokuzifaka entweni efana nomendo.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.