Uthi akazisoli oshaye iChiefs ngesithende wakhetha i-Arrows

2016-07-19 17:30

Durban – Useveze ukuthi akazisoli ngesinqumo sakhe sokukhetha iGolden Arrows wase “egabha” iKaizer Cheifs, uLerato Lamola.

ULamola, obedlalela iBloemfontein Celtic ngesizini eyedlule, uthe ubengaseneme kuleli qembu yingakho alibamba ngezandla zombili ithuba lokuphuma kulo.

ULamola uthi ukushayelwa ucingo nguSihlalo we-Arrows, uMato Madlala, yikho okumguqule umqondo wakhetha ukuzinza eThekwini.

OLUNYE UDABA: U-Ertugral usolwa ngokuxoshisa umdlali kungakaqali nesizini

“IChiefs ibingifuna futhi nami bengithanda ukuyidlalela, kepha ngivele ngakhetha i-Arrows ngoba kuyinto enkulu ukuthi umphathi weqembu azixake ngawe,” esho.

Uthe enye yezinto ezenze ukuthi achayise iChiefs ukuthi uma udlalela iqembu elikhulu uhlezi usemehlweni abantu, nokuyinto angayithandi uLamola.

Thola udaba oluphelele ephephandabeni iSolezwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.