Uthi kuyamjabulisa ukuthi iPirates ngeke idlale e-Afrika

2016-07-11 10:02

Johannesburg - Owayengumdlali we-Orlando Pirates u-Edward Motale uthi kuyamjabulisa ukuthi leli qembu ngeke lidlale emqhudelwaneni wase-Afrika kule sizini ezoqala.

Uthi ujabulisw aukuthi lokhu kuzonikeza u-Muhsin Ertugral ithuba lokuba agxile emidlalweni yeligi.

IPirates eminyakeni yakamuva ibilokhu yenza kahle emidlalweni yase-Afrika.

Funda nalolui daba: Uthi ngeke abadumaze abalandeli uma bengamvotela

Kodwa ukwenza kahle kwayo kule miqhudelwano kwenze iqembu ukuba libhacaze emidlalwemi yeligi.

UMotale ukholelwa ukuthi kule sizini iPirates ngeke ibenomthwalo omkhulu nokuyinto ezoyisiza, kubika iKickOff.com.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.