Uthi ngeke alishiye iqembu umdlali weCity

2017-01-04 13:00

Johannesburg - Umdlali weManchester City uYaya Toure ugcizelele elokuthi akekho sezinhlelweni zokushiya leli qembu kanti futhi ukholelwa ukuthi basenalo ithuba lokunqoba isicoco sePremier League kule sizini.

Inkontileka kaToure kuleli qembu isalelwe yizinyanga eziyisithupha ngaphambi kokuba iphelelwe yisikhathi, kanti njengoba newindi lokuthengwa kwabadlali selivuliwe umataniswa neqembu laseChina.

OLUNYE UDABA: ICeltic ifuna ukuboleka oweChiefs

Kodwa lo mdlali oneminyaka engu-33 ubudala usekubeke kwacaca ukuthi ufuna ukuhlala e-Etihad Stadium azame ukusiza leli qembu lithathe isicoco sePremier League.

"Cha, ngeke ngikwenze lokho. Ngigxile kwiCity, akukapheli ngombango wesicoco seligi okwamanje,” usho kanje.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.