Uthi ngeke ehle esikhundleni uNgqongqoshe ngodaba lakwaSassa

2017-03-05 15:21

Johannesburg - UNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi uBathabile Dlamini usekubeke kwacaca ukuthi ngeke ehle esikhundleni, wathi uMengameli Jacob Zuma kuphela ongamcela ukuba ehle esikhundleni noma amxoshe. 

Baningi asebezwakalise ukuthi uDlamini akehle esikhundleni noma axoshwe, kanti phakathi kwalabo abashaya lelo khwelo kubalwa neCosatu.

OLUNYE UDABA: Ihlukene phakathi imindeni kaNcwane

UNgqongqoshe ubephendula imibuzo esithangamini sabezindaba ePitoli mayelana nezinkinga ngesibonelelo sikahulumeni.

“Kumele kucace ukuthi akekho umuntu ojoyina i-ANC ngoba efuna ukuba uNgqongqoshe noma isikhundla. Ngakho angizange ngijoyine i-ANC ukuze ngibe uNgqongqoshe. Akumele kwenziwe sengathi uma ngingaseyena uNgqongqoshe kuzobe sekuphelile ngami. Okwesibili, abantu abafake isimangalo ngezinkinga babekuqonda kahle abakwenzayo futhi akukhona okokuqala sibhekana nale nkinga.”

- SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.