Uthi noma 'ezimeteza' ngesandla akalibali yi-condom

2016-05-26 10:11

Johannesburg - Ngesikhathi uJohannah Mooki,57, ebamba indodana yakhe ‘izimeteza’ e-dining-room okwesihlanu, uthathe isinqumo sokuthi sekwanele.

Kodwa kunokuba ayiyekise indodana yakhe ukubuka amafilimu ocansi, umama uvele wakhetha ukuphuma ephele emzini wakhe.

UJohannah uthi kudingeke awushiye umuzi wakhe ose-Extension 6 eKagiso, eMogale City ngenxa yokuthi ubesekhathele umkhuba wendodana yakhe uChristopher Tshisi,30.

Funda nalolu daba: Isobishini indoda eshaye udokotela

“Kudingeke ukuba ngimshiye ukuze lento ayithandayo ezoyenza kahle. Uma ngikhuluma naye ngalento uvele adinwe, nokuyinto engithusayo,” kusho uJohannah.

Uthe indodana yakhe, idinga usizo ngoba ihlala ibukela amafilimu ocansi.

UChristopher uthi ubengahlosile ukwephula inhliziyo kanina.

“Bengingacabangi ukuthi wahamba ngenxa yami. Ngiyaxolisa. Kumele azi ukuthi noma ‘ngizimeteza’ ngisebenzisa i-condom. Kodwa sengehlisile ukubukela amafilimi ocansi ngoba sengifuna ukushintsha.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.