Uthi ubefuna ukushaywa umoya owesimame obesekhejini

2017-01-19 14:30

Durban - ULinda Steenkamp‚ ongowesimame oshuthwe esekhejini evenini uthi ubedinga ukushaywa umoya.

Lo mama uthi akasebenzi kanti futhi uhlala nesoka lakhe nezingane zabo ezimbili, kubika iTimeslive.

“UJohan uhlezi efika epulazini esihlalakulo. Ngicele u-lift ngiya esibhedlela ngase ngihlala ngemuva ngoba ngifuna ukushaywa umoya,” kusho lo mama ngesikhathi ebuzwa ukuthi uyamazi yini lo mlisa owamgibelisa emotweni.

OLUNYE UDABA:Uthi wayesiza oweveni okubonakala kuyo owesimame esekhejini

USteenkamp usephenduke undabuzekwayo ezinkundleni zokuxhumana ngesithombe lapho ebonakala evalelwe ekhejini.

Lesi sithombe siqale ukubonakala ekhasini labasebenzi basemapulazini ase-Eastern Cape ku-Facebook.

Leli khasi lisetshenziswa ngabasebenzi basemapulazini ukuzwakalisa izikhalazo zabo ngokuhlukumezeka kule mboni.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.