Uthi ubefunwa nayiDowns osayine kwiHighlands

2016-07-19 12:36

Johannesburg - Umdlali omusha weHighlands Park uThanduyise Khuboni uthi iMamelodi Sundowns neBidvest Wits bekungamanye amaqembu abemgaqele ngemuva kokushiya iMpumalanga Black Aces.

Lo mdlali wasesisiwni ungomunye wabadlali abethulwe yiHighlangs izolo ngemuva kokungayi eKapa kulandela ukuba uJohn Comitis ethenge i-Aces.

Funda nalolu daba: UKhune wehlisa amaphaphu kubalandeli

UKhuboni  utshele iKickOff.com ukuthi nakuba bekunamaqembu afana neWits neSundowns abemfuna, iHighlands imnikeze inkontileka engcono.

“Ngatshelwa ukuthi ngifunwa yiWits, kanti neSundowns yakhuluma nami kudala kodwa ayibange isabuyela kumina. Ngatshelwa futhi nangePlatinum Stars,” usho kanje.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.