Uthi ubesekhumbule ucansi oweqa ejele

2016-07-11 13:33

Harare - Isigebengu saseChinhoyi ngoLwesihlanu satshela inkantolo ukuthi seqa ejele ngoba besesikhumbule ukuzitika ngocansi nentombi yaso.

Lesi siboshwa eseqa ejele uNever Jongwe wagwetshwa izinyanga ezingu-12, ezine walengiselwa ngaphansi komgomo wokuziphatha kahle.

OLUNYE UDABA: 

Ngokusho wakamepha asenkantolo uJongwe weqa ejele ngemuva kokunikwa umsebenzi wokuhlamba izimoto ngenhloso yokwakha isikhwama sejele laseZimbabwe.

Ngemuva kokweqa kubikwa ukuthi uJongwe wachitha isikhathi esiningi ezitika ngocansi nentombi yakhe emzini wentombi eGadzema ngaphambi kokuba aphinde aboshwe futhi, kubika iBulawayo24.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter            

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.