Uthi ufuna ukubuyela esikoleni uDJ wakuleli

2018-02-25 14:00

Johannesburg - UThemba Sekowe owaziwa kakhulu ngelikaDJ Maphorisa uyingxenye yohlu olude lwalabo abashiya phansi isikole kodwa kwamuhambela kahle empilweni.

Empeleni lo DJ ophinde abenguphrojusa, kumhlabela kahle kakhulu njengoba eseke wasebenzisana nezinye izihlabani okubalwa kuzo ezakuleli nezaphesheya kwezilwandle okubalwa jkuzo uBlack Coffee, Kwesta, Wizkid noDrake okubala abambalwa.

Kodwa nakuba ekwazile ukuphumelela ngaphandle kwemfundo, uMaphorisa usafuna ukubuyela esikoleni ayoqedela ayesekuqalile.

OLUNYE UDABA:UZodwa Wabantu uthi akasoze abuyela esikoleni

Lo DJ utshele abomsakazo iMetro FM ukuthi washiya esikoleni enza u-Grade 11 ngesikhathi esaqala kulo mkhakha kodwa wenza izifundo ze-Technical: A1, A2 no-A3 okuyilapha aqala khona ukulandela iphupho lakhe futji ucabanga ukuthi sekuyisikhathi sokuba abuyele esikoleni.

Uthe kwesinye isikhathi kubanzima ukuba afunde izivumelwano futhi acaciseleke yingakho efuna ukubuyela esikoleni.

"Kunzima ukufunda izivumelwano nokunye," esho.

 - Daily Sun




Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/World
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.