Uthi ufuna ukufunda impilo yakhe yonke ophase ngamalengiso

2018-01-05 11:09

Johannesburg – UPhikolomzi Mjikelwa, ongomunye wabafundi bamatikuletsheni abaphumelele ngamalengiso kwi-mathematics nakwi-science ngo-2017, uthi elinye lamaphupho akhe amakhulu empilweni ukuba angayeki ukufunda.

UMjikelwa, 17, ungowesithathu kubafundi abenze kahle kwi-mathematics nakwi-science.

UMjikelwa, ongowesithathu kubazali bakhe abangothisha, uthi uyathanda ukuziphonsela inselelo, kanti ukholelwa ukuthi uyena ohlakaniphile ezinganeni zakuko.

"Ngicabanga ukuthi yimina ohlakaniphile ekhaya,” esho emamatheka ngemuva kokumenyezelwa kwemiphumela kamatikuletsheni ka-2017 eGoli ngoLwesine.

OLUNYE UDABA: IFree State ihambe phambili kwabaphumelele u-matric

UMjikelwa ufuna ukwenza i-actuarial science e-University of Cape Town kulo nyaka.

"Ngiyayithanda kakhulu i-mathematics… okwesibili ngifuna ukuziphonsela inselelo,” esho.

Uthi eminyakeni emihlanu ezayo ufuna ukuba eseziphothulile izifundo zakhe kodwa angagcini nje lapho, aqhubeke futhi nokufunda impilo yakhe yonke.

UMjikelwa ukholelwa ukuthi noma ngabe ubani angakwenza lokhu okwenziwe nguyena uma nje engashintsha indlela acabanga ngayo, asebenze ngokuzikhandla.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.