Uthi unamaphupho amaningi osanda kujoyina iPirates

2016-07-18 16:04

Johannesburg – Isitobha sika-Under 23 u-Abbubaker Mobara uthe unamaphupho amakhulu ngebhola, hhayi nje ukudlalela i-Orlando Pirates nokubonakala kuma-Olympic Games kuphela.

Lo mdlali, 22, kubukeka zimhambela kahle izinto kulezi zinsuku kulandela ukujoyina iPirates kanye nokuqokelwa esikwatini sika-Owen Da Gama esizodlala kuma-Olympic.

OLUNYE UDABA: Owe-Ajax ufuna ukujoyina iDowns kunePirates

UMobara, uthi akakafinyeleli lapho ephokophelele khona, into ayifunayo okwamanje ukudlala ngokuzimisela ekukhuliseni ibhola lakhe, kubika iKickOff.com.

“Ngizama ukufeza amaphupho amakhulu enginawo ngempilo yami,” kusho uMobara.

Uthe lokho akasho ukuthi iPirates ayilona iqembu elikhulu, kepha akacabangi ukuthi ukulijoyina kube yiqophelo elikhulu empilweni yakhe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.