Uthi uyajabula obeyiqhawe lePirates ngempelasonto

2016-08-15 16:01

Johannesburg - Unozinti we-Orlando Pirates uFelipe Ovono uthi kuyamjabulisa kakhulu ukubuyela kuleli qembu laseMayfair.

Umqeqeshi omusha wePirates, uMuhsin Ertugral, ngesonto eledlule ubuyise u-Ovono qenjini elikhulu ngemuva kokuba efakwe ohlwini lwabadlali abazodedelwa ngoJulayi.

Lo mdlali wase-Equatorial Guinea wenze ezibukwayo njengoba ebuye wavimba amaphenathi amabili ngesikhathi iPirates ibhekene Platinum Stars koweBokone Bophirima Maize Cup eMoruleng Stadium ngoMgqibelo.

Funda nalolu daba: UCaster uthi ufuna ukuvala isipepe abambhinqayo

"Ngijabulile kakhulu ngokubuyela eqenjini,” kusho u- Ovono kwiKickOff.com.

"Ngikulungele ukuzilolonga kanzima, ngizame nokusiza iqembu ukuba liphumelele kule sizini.”

U-Ovono ubangisana ijezi noBrighton Mhlongo, uJackson Mabokgwane kanye noSiyabonga Mpontshane kuleli qembu.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.