Uthi uzizwa ebusisekile obelethe ingane engu-6.8kg

2016-05-27 14:30

New Delhi – Umama waseNdiya obelethe ingane yentombazane enesisindo sika-6.8kg, okukholakala ukuthi iqophe umlando ngesisindo sosana lwentombazane, uthi ubusisekile.

Isisindo sale ngane silingana nesosana olunezinyanga eziyisithupha.

Le ngane ibelethwe ngomthungo ngumama wayo uNandini, oneminyaka engu-19 ubudala.

Odokotela bakholelwa ekutheni le ngane iqhephule irekhodi likaCarisa Rusack owazalwa enesisindo esingu- 6.5kg ezalelwa eMassachusetts ngo-2014.

OLUNYE UDABA: Ona-70 ubusiswe ngengane okokuqala ngqa

Isikhulu sezempilo, uVenkatesh Raju, uthe: "Senginesipiliyoni seminyaka engu-25 angikaze ngiyibone into enje. Angikaze ngiyibone ingane enkulu kangaka.

“Ngicabanga ukuthi le ngane izidlula zonke ngesisindo eNdiya, kanti emhlabeni iyintombazane enesisindo esiwedlula wonke amanye.”

Odokotela bathi bamangele ngesikhathi uNandini ebeletha ingane enkulu ngale ndlela ngoba azikho izimpawu ebezitshengisa ukuthi uthwele ingane enkulu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.