Uthi washaywa ngamaphoyisa osolwa ngokweba kweleNhloko yamaJaji

2017-03-27 18:00

Johannesburg - Osolwa ngokuba wungqondongqondo ngokwebiwa kwamakhompyutha emahhovisi eNhloko yamaJaji ushaywe ngamaphoyisa ngemuva kokuzinikela kuwo ngoLwesihlanu, kusho ummeli wakhe.

Umsolwa uNkosinathi Msimango ubevele eNkantolo yeMantshi yaseRandburg ngoMsombuluko ntambama.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe abathathu ngokugqekeza ehhovisi leNhloko yamaJaji

"Washaywa ngezimpama waphoswa nemibuzo ngemuva kokuzinikela emaphoyiseni, wabuyiselwa esitokisini ngezithuba zabo-01:00 ngoMgqibelo ekuseni," kusho ummeli wakhe uMarchand Kilian etshela inkantolo.

UMsimango wazinikela emaphoyiseni ngoLwesihlanu ntambama.

Ubhekene namacala amabili elokugqekeza nokweba kanti kulindeke ukuba aphinde avele enkantolo ngomhlaka-31 Mashi.

Kulesi sigameko kwantshontshwa amakhomyutha angu-15 aqukethe ulwazi oluyimfihlo ngawo wonke amajaji aseNingizimu Afrika, abasebenzi bezobulungiswa kanye nezinkantolo zonke.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.