Uthi wayejahe ekhaya owaboshwa ehamba ngo-180km/h

2016-11-15 10:03

Johannesburg – Kuboshwe abashayeli abane ngokuhamba ngesivinini esiphezulu emgwaqeni omkhulu u-N3 obheke ngaseningizimu eduzane nase-Rand Airport ngeSonto, kusho amaphoyisa akwamasipala waseKurhuleni.

Omunye wabashayeli ubehamba ngesivinini esingu-180km/h endaweni ka-120km/h ngezithuba zabo-06:40 ngeSonto ekuseni, kusho okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Wilfred Kgasago esitatimendeni.

Le ndoda eneminyaka engu-33 ubudala ebihamba nabantu abathathu emotweni yayo yohlobo lwe-VW Golf 6 ebomvu ithe ibiphuthuma ekhaya.

OLUNYE UDABA: Uthi ubekhishwa yisisu oboshelwe isivinini esiphezulu

Le ndoda ivalelwe esiteshini samaphoyisa aseGermiston yathweswa icala lokushayela budedengu.

Abanye abashayeli abathathu babanjwe behamba ngo-163, 165 no-166km/h nabo bathweswe icala elifanayo.

Bonke labashayeli badedelwe ngebheyili yemali engu-R1 000 umuntu ngamunye.


- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.