Uthi wayesiza oweveni okubonakala kuyo owesimame esekhejini

2017-01-19 13:00

Cradock - Umnikazi weveni elizungeza ezinkundleni zokuxhumana uthi owesimame obonakala emotweni yakhe wamcosha endleleni ngoba ecele u-lift.

Lesi sithombe siqale ukubonakala ekhasini labasebenzi basemapulazini ase-Eastern Cape ku-Facebook.

Leli khasi lisetshenziswa ngabasebenzi basemapulazini ukuzwakalisa izikhalazo zabo ngokuhlukumezeka kule mboni.

Abe-TMG Digital bakwazile ukuthola umnikazi wale veni uJohan Erasmus ovumile ukuthi leli veni lingelakhe ngempela.

OLUNYE UDABA:UMugabe uthe akafuni ukubona umlungu phambi kwakhe

Lo mlisa uthi lo wesimame wahlangana naye ngaphandle kwepulazi laseCradock ecela u-lift ezosala emtholampilo.

“Uyena owazingenela kule cage,empeleni lisetshensizelwa ukufaka izimvu uma sizikala,” kusho yena.

Buka nasi isithombe esizungezayo ezinkundleni

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.