Uthi ‘wayewahlola’ ubuntombi amadodakazi ngesikhathi ewadlwengula

2016-07-30 11:05

Abuja – Ubaba oneminyaka engu-40 ubudala ugonyuluke wahlanza iqiniso, wathi wadlwengula amadodakazi akhe ngoba efuna ukuwahlola ukuthi aseyizo yini izintombi nto.

Ngokusho kwale ndoda, ithi yayizama ukubona ukuthi ngabe amadodakazi ayo, aneminyaka engu-13 no-16 ubudala, asazigcinile yini.

OLUNYE UDABA: 'Ngangimbuka edlwengula amadodakazi'

Enye yala mantombazane ithi yagcina ingasakwazi ukubala ukuthi ubaba wayo wayidlwengula kangakhi.

Ithi kokunye kwakuthi uma inqaba ukulala naye, ayibhaxabule ngenduku.

Kuthiwa omakhelwane babona izibazi zokushaywa emzimbeni wale ngane, base bebikela uMnyango wezabesiFazane nezeNhlalakale, zamkhalela kanjalo ubaba.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.