Uthisa ecaleni lokubulala umfundi owayeyintombi yakhe kanye nonina

2016-07-21 19:02

Kranskop -  Uthisa,36, uzofaka isicelo sebheyili ecaleni lokubulala umfundi kanye nomama wakhe, kubika iNewswatch.

Kuthiwa lo thisha ubethandana nalo mfundi waseNdukwende Secondary School.

OLUNYE UDABA:Ugwetshwe iminyaka engu-90 uthisha obehlukumeza izingane

Amaphoyisa athi lo thisha uye ekhaya lalo mfundi ngamaholidi esikole ekuqaleni kwale nyanga. Kuqubuke ingxabano lapho uthisha efuna ukuhamba nentombi yakhe ngenkani.

Kuthiwa ngesikhathi umama wentombazane enqaba, lo thisha uvele wabadubula bobabili.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.