"Uthisha uyibambe ngobhongwane ingane yami"

2016-08-17 10:01

Ivory Park - Owesimame udinwe ugane unwabu indodana yakhe ibuya ekhaya ikhala ezimathonsi, kubika iDailysun.

UDineo Mofokeng, 33, uthi indodana yakhe ifike ekhaya ebambe enyanteni ikhala ngokuthi uthisha uyiklinyile.

“Usekhaya namanje akasafuni ukubuyela esikoleni,”kusho uMofokeng.

OLUNYE UDABA:Usenkingeni uthisha wakwaNongoma kulandela ukusabalala kwe-video

Omunye umfundi uthathe ividiyo ngesikhathi kwenzeka lokhu kanti lo mama uthi indodana yakhe ithe inking iqale lapho uthisha ebahlukanisa ngokwamaqoqo ahlukene.

“Indodana yami icele uthisha ukuba amfake kwelinye, nokuyilapho amshaye khona ngempama wase emubamba ngobhongwane.”

Lo thisha usaqhubeka nomsebenzi wakhe futhi usabisa lomfundi othathe ividiyo. Lolu daba ludluliselwe emaphoyiseni kanti uphenyo lusaqhubeka.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.