Utholakale eHillbrow osolwa ngokuphanga ehlomile KwaMashu

2016-11-10 14:30

Durban - Amaphoyisa akwaZulu-Natal alandele umkhondo wombulali aze amthola endaweni yaseHillbrow, eGoli.

Lo mlisa ongumsolwa ecaleni lokuphanga ehlomile ubanjwe ngoLwesine ekuseni, kubika iCitizen.

UCaptain Nqobile Gwala okhulumela amaphoyisa uthe kusize uphiko lukazwelonke lokugwema ubugebengu ukuze kubanjwe lo msolwa.

OLUNYE UDABA:Umsolwa wadlwengula isisulu wabesesinikeza ama-chips

"Amaphoyisa alunywe indlebe ngokubonakala kwalo mlisa eHillbrow, amaphoyisa aseGoli asukuma ngokushesha ayomthungatha kuyo leyo ndawo."

Kuthiwa lo msolwa kanye nomunye bahlasela indoda, 38, ngomhlaka-30 kuNovemba 2013 ehhostela laKwaMashu.

"Laba bakhomba lo wesilisa ngesibhamu bamthathela imali nokunye ayekuphethe ngaphambi kokuba babaleke. Isisulu savula icala lokugetshengwa emaphoyiseni."

Lo msolwa uzovela phambi kweNkantolo yeMantshi yaseNtuzuma kanti amaphoyisa asazophenya kabanzi ngaye ukuhlola ukuthi akabandakanyeki yini kwa,anye amacala kuleli lokishi. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.