Utholakale embhedeni kamakhelwane edindilizile

2016-05-27 13:32

Cape Town – Amaphoyisa aphenya icala lokubulala ngemuva kokutholakala komzimba wowesimame, kubika iCape Times.

Umzimba kaSinalo Ntlemeza utholakale unamanxeba amaningi okugwazwa ekamelweni lomngani wakhe eHeinz Park, ePhilippi.

Okhulumela amaphoyisa u-Andre Traut  uthe akukacaci okwamanje ukuthi ubulaweleni kanti futhi akukaboshwa muntu ngalokhu

OLUNYE UDABA:Ushonile ogwazwe amanxeba angu-15 e-KZN

Usinalo ubeneminyaka engu-23 ubudala kanti ubehlala nomfowabo eNtsika, 19, umama wabo uhlala kwesinye isifundazwe.

Umzimba wakhe utholwe umfowabo ngesikhathi eyomcinga kamakhelwane ngoba ubethanda ukuchitha khona isikhathi nomngani wakhe.

Umfowabo uphatheke kabi ukubona usisi wakhe elele ngesisu embhedeni kugcwele igazi futhi enamanxeba okugwazwa entanyeni.

“Ngisola ukuthi udlwenguliwe ngoba ubengagqokile ngezansi kanti futhi kungenzeka ukuthi abantu abamaziyo yingakho bembulele ukuze engababophisi,”kusho umfowabo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.