Utholakale esemathambo uthisha obenyamalele

2016-08-11 10:01

Durban – Utholakale esengamathambo uthisha waseMpangeni obefundisa KwaDweshula Primary School, ePort Shepstone, uNhlakanipho Zungu, owanyamalala ezinyangeni ezintathu ezedlule.

UZungu, 27, wagcina ukubonakala evakashele kubo kanti kwagcina ngokuthi kutholwe imoto yakhe iphonseke eweni kungekho muntu phakathi.

Ubaba kamufi uSakhiwe Zungu uthi yize bengakasitholi isiqiniseko ngokuthi amathambo atholakele ngakamufi, izingubo ezitholakale namathambo ziyakuqinisekisa lokhu.

OLUNYE UDABA: Utholwe eseyisidumbu owesifazane obelahlekile

“Sizolinda ulibofuzo ukuba luqinisekise ukuthi ngabe la mathambo awendodana yami na. Sifuna ukuthola iqiniso nje kuphela ngokwenzeka,” esho.

Amathambo kamufi atholwe yinja ebizingela nomnikazi wayo ehlathini lakwaMpunzane.

Thola udaba oluphelele ephephandabeni iLANGA.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.