Utholakale eseshonile owesilisa ubelahlekile eKimberly

2016-07-18 20:31

Kimberley – Iphethe ngokutholakala kwesidumbu imizamo yokucinga owesilisa owanyamalala ngoMsombuluko odlule, kubika iDiamond Fields Advertiser.

Umzimba kaGershwin Swartz utholakale esigangeni unamanxeba alinganiselwa kwayishumi okugwazwa.

Lo mzimba utholwe amaphoyisa kanye namalunga omphakathi ngemuva kokucingwa kusukela ngoLwesihlanu engatholakali ngemuva kokunyamalala ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe umyeni womhlengikazi owatholakala edindilizile ku-N3

Umndeni wakhe ubusanethemba lokuthi uzotholakala esaphila, kodwa wonke amathemba abo ashabalele ngesikhathi amaphoyisa ebatshela ngokutholakala komzimba wakhe.

Kuboshwe umsolwa oyedwa okulindeleke ukuba avele enkantolo kaMantshi eKimberley. Kubonakala sengathi umsolwa uyena oholele amaphoyisa kule ndawo okutholakale kuyo umzimba.

USwartz wagcinwa ukubonakala ephila ehamba nabangani bakhe ngaseGalashewe behamba ngemoto yakhe yohlobo lweVW Polo Vivo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.