Utholakale esezilengisile obexabene nentombi

2016-07-20 20:31

Durban – Obexabene nentombi yakhe kuthiwa utholakale elenga endlini yakhe eMbazwane, kanti kuthiwa utholwe ngumfowabo ekulesi simo.

Lo wesilisa waseNgwavuma kusolakala ukuthi ube nokungaboni ngasolinye nentombi yakhe wase ekhetha ukuzibulala.

Ongasekho emhlabeni, uSifiso Thulani Mathebula, 27, ubehlala endlini yomqasho elokishini laseMbazwane ngenxa yamatoho.

OLUNYE UDABA: Obengafuni ukuhlukana nentombi uyokhele ngomlilo

Amaphoyisa kubikwa ukuthi abesalungiselela ukupheka ngemibuzo lowo obeyintombi kaMathebula.

“Kungithusile kakhulu lokhu okwenzekile. Yimi omthole eseshonile ekamelweni lakhe umfowethu,” kusho umfowabo kamufi uDumisani Mathebula.

UDumisani uthe umfowabo watshela umshana wakhe ukuthi uma kukhona okwenzakalayo kuye, akobuzwa intombi yakhe.

Thola udaba oluphelele kwiSolezwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.