Utholakale oseshonile okhalakathele edamini ngeveni

2016-11-09 19:33

Boksburg - Ushonile owesilisa, 55, ngemuva kokuthi iveni lakhe liphaphalaze liyongena eBoksburg Lake.

Le ndoda ibihamba ngemoto yomsebenzi ngesikhathi ehluleka ukuyilawula yashayisa izinsimbi zebhuloho yayowela ngale komgwaqo.

Kuthiwa leli veni lingene lagamanxa kuleli damu.

OLUNYE UDABA:Kutholakale izingane ezintathu zigwiliziswe emanzini abilayo

Konke lokhu kubonwe owesilisa ohlala emgwaqeni ngo-4 ekuseni wase ebiza amaphoyisa.

Ngesikhathi kufika abephephandaba i-Boksburg Advertiser ngo-6:10 ekuseni, iveni kanye nomshayeli walo bebengabonwa ndawo kula manzi.

Amaphoyisa kanye nabatshuzi baqale ukusebenza seligamenxe ihora lesithupha nokuyilabo badonse khona iveni elimhlophe lohlobo lwe--Toyota Hilux.

Kutholakale nomzimba wowesilisa phakathi eseshonile kanti kukholakala ukuthi ubehamba yedwa ngesikhathi kwenzeka lokhu.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.