Uthole 'amaswidi' esitimeleni owebe iselula yowesifazane

2016-05-06 12:29

Cape Town - Abagibeli besitimela batalabhe kanzima isigebengu esebe iselula yowesifazane esitimeleni.

Lesi sigebengu sihlwithe owesifazane iselula esitimeleni sakwaMetrorail ngoLwesine kanti sizame ukuphuma ekhoshini singene kwelinye kodwa abagibeli basibamba basititinya.

Kusatshalaliswe ivideo eqoshwe ngeselula enkundleni yezokuxhumana iFacebook, le viodeo itshengisa le ndoda ihlaselwa ngabagibeli.

OLUNYE UDABA: Sishonile isigebengu esikhalakathele estamkokweni sibaleka

Lesi sigameko senzeke phakathi kweziteshi i-Eerste River naseMelton Rose e-Eerste River ngezithuba zabo-07:40 ngoLwesine ekuseni.

Abazibonele bathi le ndoda ihanjiswe konogada bakwaMetrorail esiteshini saseMelton Rose,

Kodwa kubukeka sengathi abatitinye le ndoda abaziwa njengoba icala lingazange libikwe emaphoyiseni.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Andrè Traut uthe isigameko asizange sibikelwe amaphoyisa aseKleinvlei okuyisiteshi samaphoyisa esiseduzane naseMontrose.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.