Uthole ibheyili ka-R10 000 obhekene nelokubulala isisebenzi sasepulazini

2018-01-15 16:02

Krugersdorp - Umnikazi wenkampani yonogada uPetrus William Johannes Durant, obhekene necala lokudubula abulale isisebenzi sasepulazini, uthole ibheyili.

Lo msolwa ubevele enkantolo kaMantshi eKrugersdorp lapho athole ibheyili ka-R10 000.

IMantshi u-Abdul Khan ithe inethemba lokuthi umsolwa uzokwazi ukubhekana naleli cala, futhi akukho okumenza angamethembi ngokumnika ibheyili.

Le Mantshi ibuye yatshela inkantolo ukuthi leli cala aliphathelene nokucwasana ngokwebala, kodwa liphathelene nobugebengu obenzekile.

OLUNYE UDABA:Ubuyela enkantolo owengozi eyabulala umethuli wezinhlelo

"Ngobufakazi obuvezwe enkantolo, leli akulona icala lokucwasa ngokwebala, kodwa yicala lobugebengu. Ngakhoke angikholwa ukuthi lo msolwa wenze lokhu ngoba ecwasa, kodwa uziphathe ngendlela engafanele," kusho iMantshi.

UKhan usinqabile isicelo sabezindaba sokusakaza bukhoma ukuqulwa kwaleli cala.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.