Uthole ibheyili umama osolwa ngokufaka usana lwakhe ethoyilethi lomgodi

2018-01-10 07:10

Mahikeng – Owesifazane, osolwa ngokubulala usana lwakhe olusanda kuzalwa, unikezwe ibheyili ka-R1 000 eNkantolo yeMantshi yaseLehurutshe, eNorth West, ngoMsombuluko.

Lo mama oneminyaka engu-21 ubudala wasesigodini saseDinokana, eLehurutshe, zimkhalele ngoMgqibelo ngezinsolo zokuzama ukubulala usana lwakhe lomfana olunezinsuku ezintathu luzwele.

"Kubukeka sengathi lo wesifazane, umndeni wakhe obungazi ukuthi ukhulelwe, uzibelethisile wabe esejikijela usana lwakhe ethoyilethi lomgodi ngoLwesine," kusho okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Amanda Funani.

Also read: Teen girl allegedly dumped baby son into pit toilet in Limpopo

UFunani utshele iNews24 ukuthi le ngane itholakale ngemuva kokuthi umzala kamsolwa ebone igazi phansi ethoyilethi wabe esezwa ingane ikhala emgodini.

Unanele ngokuthi lo wesifazane nengane babe sebengeniswa esibhedlela ngoLwesine kanti umama ubengaphansi kweso lamaphoyisa. Ube esededelwa esibhedlela ngoMgqibelo.

Idokodo lakhe lidluliselwe kumshushisi omkhulu.

 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.