Uthole impama obambe umyeni eqabula 'intombi'

2018-03-29 18:01

bBulawayo -  Ihlawuliswe imali elinganiselwe kwengu-R 1 200 indoda eneminyaka engu-27 ubudala yaseBulawayo ngemuva kokuba ibanjwe iqabula omunye umuntu wesifazane erenki yamabhasi.

UFidelis Mujuru wase-Embundane washaya unkosikazi wakhe uFaith Ndawana, 24, kulandela ukungaboni ngasolinye ngemuva kokubanjwa ephuza amanzi ewolintshi nomunye wesifazane esitolo esidayisa impahla yokwakha engaserenki yamabhasi lapho asebenzela khona.

OLUNYE UDABA:Ushonile owake 'waqabula' inyoka ohlelweni lwakumabonakude

Kwaqubuka ingxabano phakathi kwalaba bobabili, le ndoda uabe isishaya unkosikazi wayo ngesikhathi besendlini yabo. UMujuru ulahlwe yicala lokushaya unkosikazi wakhe ngesikhathi evele enkantolo iWestern Commonage phambi kweMantshi uLungile Ncube.

UNcube uhlawulise uMujuru ngemali elinganiselwe kwengu-R 1 200 noma achithe izinsuku ezingu-90 esejele uma ehluleka ukukhipha imali yenhlawulo.

 - Bulawayo24

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.