Utholwe elenga esigxotsheni obexhuma ugesi ngokungemthetho

2017-06-20 11:02

Johannebsurg - Bangu-63 abantu basemijondolo asebebulawa wugesi oxhunywe ngokungemthetho eBuffalo City kule minyaka emithathu edlule.

Isigameko sakamuva senzeke eMzamomhle ngoLwesithathu lapho indoda eneminyaka engu-25 ubudala kusolwa ukuthi ibimatasa izama ukuxhuma izintatmbo zikagesi ngokungemthetho esigxotsheni sikagesi ngesikhathi ishokhwa wugesi, yashona.

USakhiwo Mangxoyi wasemijondolo yaseMzamomhle, eGonubie, utholwe elenga esigxotsheni sikagesi eduzane nakubo ngoLwesithathu ebusuku ngezithuba zabo-19:00.

UMangxoyi ushokhwe wugesi ngesikhathi ezama ukuxhuma izintambo zikagesi esigxotsheni ngemuva kokuba kuphele ugesi emijondolo embalwa ngoLwesithathu ntambama.

OLUNYE UDABA:Ushokhwe wugesi washona owesifazane, ethi uyakhanda

Ukushokheka kukaMangxoyi kuza ngemuva kosuku lwezingxoxo ebeziphakathi kukaMasipala waseBuffalo City nomphakathi zokuba kulindwe inkontilaki ukuba iqedele isigaba sokuqala somsebenzi wokufakwa kukagesi.

Idolobha belifaka ugesi ezindlini zomxhaso ngesikhathi abasebenzi bankontilaki bexoshwa endaweni ngamalungu omphakathi abefuna ukuba ugesi ufakwe kahle yonke indawo.

UMzwandile Peter, ongubaba kaMangxoyi, usole umphakathi ngokushona kwendodana yakhe.

Uthe ubewucelile umphakathi ukuba uyeke ukucela indodana yakhe ukuba "ibakhandela" ugesi, kodwa kufane nokuthela amanzi emhlane wedada.

"Angisenayo indodana manje kanti futhi angikaboni noyedwa wala bantu abebephoqa indodana yami ukuba igibele esigxotsheni sikagesi."

UMzamomhle unemijondolo engu-3 100 enogesi oxhunywe ngokungemthetho.

Okhulumela umasipala uSamkelo Ngwenya uzwakalise ukudabuka wathi idolobha lihlela ukuqeda ngogesi oxhunywe ngokungemthetho.

- DispatchLIVE

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.