Utholwe eseshonile umfana obedukile

2016-07-27 16:01

Boston – Amaphoyisa asazama ukuthola ukuthi unyenye kanjani umfana, 8, engabonwa muntu ekhempini esebhishi eliseBoston eMelika, watholakala eseshonile.

Isidumbu salo mfana sitholakale ngemuva kwamahora ayisihlanu sintanta emanzini.

"Yilena ke into ebuhlungu ngomsebenzi wami, ukubhekana nezigameko zokushona kwabantu ngale ndlela,” kusho uKhomishana wamaPhoyisa aseBoston uWilliam Evans etshela izintatheli.

OLUNYE UDABA: Utholakale eseshonile oginqwe yiveni

UKyzr Willis wagcina ukubonakala ngabo-14:00 ngoLwesibili ngaseL Street Bathhouse, eCarson Beach, isidumbu sakhe satholakala ngabo-19:00.

Lo mfanyana ubehambele ikhempu yasemini eCurley Community Centre.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.