Utholwe yi-Arrows obefunwa yiPirates

2016-07-06 13:30

Johannesburg - IGolden Arrows isayinise uLimbikani Mzava, nakuba bekunemibiko ethi lo mdlali usayine eqenjini le-Orlando Pirates phambilini.

Ngasekuqaleni kwenyanga edlule, imibiko yabezindaba yaveza ukuthi uMzava usayine eqenjini leBucs.

ISiya Crew manje ibika ukuthi lo mdlali waseMalawi kulindeleke abonakale egqoke ijezi le-Arrows ngesizini ezayo.

Funda nalolu daba: Umataniswa neMaritzburg United uTshabalala

Abafana Bes’thende baqede isizini edlule belele kunombolo 9 ku-PSL.  

Ngaphandle kukaMzava, i-Arrows isasayinise uLerato Lamola noVuyani Ntanga beBloemfontein Celtic.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.