Uthuke woma ocishe washobinga phezu kwamathambo omuntu eceleni komgwaqo

2018-03-28 16:01

Johannesburg - Indoda eyama eceleni komgwaqo ngoba ifuna ukushobinga yathuka yoma ngesikhathi icishe ichamela phezu kwamathambo omuntu.

Lo mshayeli owayedlula e-Allerton eduzane naseGlenrose eHeidelberg ngoMsombuluko uthi ngokuzayo useyocabanga kabili ukuma eceleni komgwaqo ngenhloso yokuzikhulula.

Le ndoda yamemeza amalungu omphakathi ifuna azoyibukisa ehlangabezane nakho ithi iyachama ku-R103.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Johannes Ramphora uqinisekise ukutholakala kwamathambo omuntu kule ndawo.

"Ngokusho kwalo mshayeli, wapaka imoto yakhe eceleni komgwaqo ngoba efuna ukuyozikhulula ngesikhathi esebona amathambo nogebhezi lwekhanda lomuntu," kusho uRamphora etshela iDaily Sun.

"Lo mshayeli wabe esebiza umphakathi washayela namaphoyisa aseHeidelberg ewabikela ngahlangabezane nakho.

"Amaphoyisa avula idokodo ukuze ezophenya. Ukuhlolwa kwesidumbu yikho okuzodalula imbangela yokufa kuphinde kusize nasekuhlonzeni umufi."

Amaphoyisa aseHeidelberg acela onolwazi ngemininingwane noma oseke wabika ngokuduka komuntu axhumane namaphoyisa aseHeidelberg ku-016 341 0343.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.