Uthuli lwezichwe kubangwa uR2.5 million ‘onikwa’ iqembu elisafufusa

2017-12-13 12:38

eThekwini - Bekundiza izinhlansi emhlanganweni wokugcina we-City of uMhlathuze ngoLwesihlanu, kulandela impikiswano ngokuxhaswa kweRichards Bay Football Club.

Uthuli lwezichwe lusuke ngemuva kokuba isikhulumi somkhandlu, ikhansela uMthenjana, engazange ayingene eyesicelo se-DA sokuthi abhalwe phansi amagama alabo abavotele ukuba leli qembu lebhola lixhaswe ngo-R2.5-million.

OLUNYE UDABA:Umqeqeshi weChippa uphika eyokwenzela phansi abaqeqeshi esakwiPirates

Inani yokuxhaswa kwaleli qembu lisuka ku-R1.5-million luya R2.5-million nokuyisinqumo esenziwe yisigungu esiphezulu kulo masipala.

Yize kuvumelekile lokhu obekucelwa yiDA, uMthenjana wenqabile. Amaqembu aphikisayo i-DA, EFF ne-IFP ahlulekile ukuzibamba awulaxaza lo mhlangano.

IKhansela le-EFF uRebecca Mohlala uthe imali kaMasipala kumele isetshenziselwe ukuthuthukisa impilo yabakhokhi bentela.

“UMasipala kumele uthole abaxhasi beqembu lebhola, ungachithi izimali entweni esiza abambalwa.”

Uthe i-EFF ibisithole abazokwenza lokhu, abacele ukuba lolu daba lubhungwe ngozayo.

“Isikhulumi sikwenqabile lokhu, okwenze saphuma kanye nabanye.”

UMohlala uthe akwemukelekile ukuthi amakhansela ethulelwe uhlelo oluchitsheyelwe, oselukhomba ukuthi sekufuneka imali enkulu, kubika Eyethu KZN.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.