UThuli Madonsela uthole uxhaso lwezimali ukuze aphenye ngabakwaGupta

2016-07-07 19:01

Durban - UThuli Madonsela onguMvikeli Womphakathi usezokwazi ukwenza uphenyo mayelana nokuxhumana kukaHulumeni nomndeni wakwaGupta.

Lokhu kulandela ukuba ihhovisi lakhe lithole uxhaso lwemali engango-R1.5 miliyoni nokuyinto evezwe u-Oupa Segalwe okhulumela ihhovisi likaMgcinimafa kazwelonke,

OLUNYE UDABA: UMadonsela uyena yedwa ofanelekile ukubhekana neyama-Gupta

Ekuqaleni kwalo nyaka uMadonsela wacela usizo lwemali engango-R3 miliyoni ukuze enze uphenyo olwacelwa iDemocratic Alliance, ngokusho kwe-SABC.

"Sizowamukela uhhafu wemali. Siyaqondisisa ukuthi ihhovisi lethu okulona lodwa ihhovisi elisebenzisana nohulumeni elidinga uxhaso lwezimali ngakhoke kuyajabulisa ukuthola lolu xhaso,"kusho uSegalwe uchazile ukuthi le mali ayiphumi ngqo ehhovisi lo mgcini mafa kodwa ithathwe kumnyango wezobulungiswa ngokuguqulwa kohlelo lwabo lwezimali.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.