Uthungelwe ngomlilo obesolwa ngokudlwengula

2016-06-30 20:30

Ughelli - Iqulu labantu ebelithukuthele ligane unwabu luthungele ngomlilo osolwa ngokubayingxenye yeqemu lomalugaju ebesehluphile endaweni yase-Ughelli namaphethelo kwsiFunda saseDelta.

Baningi abantu besifazane asebedlwengulwe yileli qembu endaweni emasontweni amabili adlule kwaze kwashona isisulu esisodwa kulezi zigameko zokudlwengula.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe unogada kamengameli ngokudlelana neBoko Haram

Leli qembu ngokusho kwezakhamuzi limandla ekudlwenguleni nokuhlasela ogogo.

Ngeshwa ilungu elilodwa laleli qembu lehlelwe yibhadi ngoLwesithathu ngesikhathi lizama ukudlwenula intombazane ezimpambanweni zomgwaqo wase-Adaharagba eduzane nase-Ughelli Central Market balishisa ngaphambi kokuba kufike konogada.

Kuthiwa leli lungu libanjwe yizakhamuzi ngezithuba zabo-11:30 ekuseni, kubika iPunch.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.