Uthuthile ekhaya umfana oxabane noyise

2016-07-08 11:33

Humpty Doo - Ubefuna ukubophisa uyise umfana obedinwe egane unwabu ngemuva kokuba ubaba wakhe eshise izidakamizwa zakhe.

Le ndoda yaseHumpty Doo, e-Australia, ubikele amaphoyisa aseNorthern Territory ukuthi ubaba wakhe ushise yonke insangu yakhe.

USuperintendent Louise Jorgensen uthe amaphoyisa afike kulo muzi athola ukuthi ubaba walo mfana ushise insangu yalo mfana ebitshaliwe.

OLUNYE UDABA: Video: Intombi iqophe imizuzu yokugcina yobulawe amaphoyisa

Amaphoyisa athe kuqubuke ingxabano phakathi kwalo baba nalo mfana, ubaba wabe esefaka yonke insangu emlilweni.

Amaphoyisa ase ebuza lo mfana ukuthi uyazi ukuthi kuyicala ukutholakala nensangu nokuthi angase ashushiswe ngayo, lo mfana wathi yebo.

"Kubukeka sengathi lomfana ubona ukuthi kungcono ukutholakala nayo kunokuthi ishiswe. 

 "Likho icala elivuliwe njengoba ubufakazi sebushile."

Ngemuva kokuxabana noyise lo mfana uthuthile wayophlala nezihlobo, kubika i-wwww.


“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.