Uthweswe elokuqwayiza obelala namadoda ehhokweni efuna eyokugibela

2016-07-14 11:31

Polk County - Umama wezingane ezingu-6 uboshelwe icala lokuqwayiza ngemuva kwezinsolo zokuzibandakanya namadoda amaningi ehhokweni lezinkukhu ngoba efuna imali, kusho amaphoyisa aseWisconsin.

Amaphoyisa asePolk County athi abophe uSarah Bradehoft 27, ngemuva kokusolwa ngokukhipha isikhangiso sokuthi udayisa ngodansi ku-backpage.com.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa amahlanu athweswe icala ngokudubula intombazane

UBradehoft uthweswe ngecala lokungazinaki izingane zakhe okudale umonakalo emzimbeni yazo nokuzibeka engcupheni yokungaphephi nokuqwayiza. 

UBradehoft uthi ubefuna ukuqongelela imali yokubuyela eFlorida njengoba ebesehlala nomndeni wakhe kwenye indawo.

Izingane zithathwe ngabeChild Protection Service, kubika iwwww.


“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.